Ngicishe ngasha ayy ngiyabon′ akungcedi
Ngibathe ngiyathula ayy ngiyabona akusizi
Ewe ngiyazithandela lakuwe
Ngithi eish ngiyazithandela lakuwe
I wanna be the one who makes you feel like my queen
I wanna be the one who loves u more than u know
Ngithi woza, woza dali wam (dali wami)
Ngithi woza, woza sthandwa sam
Ngifun' uwazi kuthi uthando lusekhona
Khohlwa ngamanga (Khohlwa ngamanga)
Bakhona abasak'thanda ngempela
Ewe ngiyazithandela lakuwe
Ngithi eish ngiyazithandela lakuwe
I wanna be the one who makes you feel like my queen
I wanna be the one who loves u more than u know (more than u know)
Ngithi woza, woza dali wam(woza sthandwa sam)
Ngithi woza woza sthandwa sam
Kunzima uk′thandu muntu ayengazi
Kunzimba uk′fun' muntu engakuboni
Ngithi eish ngiyaz′thandela lakuwe (ngiyazithandela)
Ewe ngiyazfunela lakuwe (ohh dali wami)
I wanna be the one who makes u feel like my queen (
I wanna be the one who loves u more than you know (more than u will ever know)
Ngithi woza woza dali wam (we dali wam)
Ngithi woza woza sthandwa sam(ehhhh)
I wanna be the one who makes u feel like my queen(i wanna make u my queen)
I wanna be the one who loves u more than u know (oh dali wam swithi lam)
Ngithi woza woza dali wam (we dali wami)
Ngithi woza woza we sthandwa sam
Ngithi woza woza dali wam (ohooo)
Ngothi woza woza sthandwa sam.