Ilanga nasi isibhakabhaka,
Sibonga nokukhanya kwelanga
Indalo yonk′ itusa ubukhulu bakho,
Kudlala nezihlahla, zinanela umoya
Kushintsha nezikhathi, kubanda nokushisa,
Emini nant' ilanga, kusihlwa nants′ inyanga
Walidala izulu, umhlaba, inkanyezi nenyanga,
Wabona uThix' ukuba kulungile
Walidala izulu, umhlaba inkanyezi nenyanga,
Ukukhanya siyabulela weMvelinqangi
Ngish' ingelosi ezulwini,
Zikhothama ziphos′imiqhele,
Yingakho sithi hallelujah