Ngalenumber bazobhema bakholwe
Angizanga ukuzodlala lana tell these rappers to fall back
Ja ntwana singabambana if you ready for combat
Bonke bazolala ucaca, they′ll be dead on the floor, flat
Your fam izobonakala getting dressed up in all black
Joburg, zama ukuphakama mungabe vele uyajoveka
Nokleva waseMpumalanga zinja ngeke nimstope
Bathi kimi labocherry: I'm all that
Yekela umona, umghobholo yini?
Phela mawungafuni ukuthobela umthetho, mina kleva ngizokusolva ngenqindi
Phila neyiqumama, sinininini uzongithola kuDT
Mfana yeka ukubhampa, slima ndini
Aningiyekele ngigove lebeati
Wena ungazophapha sithingithingi
Thina sokhipha inombolo mpintshi
Kuchitheke ubuchopho ngentsimbi
Ngoba your punch lines and metaphors no maan ushidi
Wegalakajana wegalakajana ngiyabona ubusy
Lok'usithatha kancane, usithatha kancane, you thought it was easy
Lamarapper ngisteam soparaffini
Mr. Swagger-of-the-Season all Summer, Spring
Bathi: Tjo lentwana inking′
Phela lena ilokhunjana, iwhatyoucall. Mfana keng?
No maan leMpumalanga thing
I got chicks coming through
Bangicela iskuif ukuthi ngibashayise amatune
Kanti yini? Ngibashise ngeskoen
Capiche, badaboom, badabing
Bonke labomrapper bayi'intwana kimi
Njengo garden-boy sizokusebenzela ejaridini
Sobakhathaza, kuzobamatasatasa
Ulibele unyatsa matsatsatsa
Nna ke phila le manchu, ke phila le bana
Nalamarapper ehlale ebheda
My flow is sick and yours is under the weather
Jo, udlala ngegeja kuzeliwe
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Ngithi siyabesaba na? (Hhayi asibasabi!)
Now talk to me (Asibasabi siyabafuna!)